Home Page »  P »  Philsner
   

Ngithande Nami Lyrics


Philsner Ngithande Nami

Hey Philsner

Uh

[Hook]:
Nami ngifuna ukupusha ikari yami
Ngifane nabangani bami
Nginga hluwa yintanga zami
Nasi iscelo sami
God
Ngicela ukhuti ungithande nami
Ngicela ukhuti ungithande nami

[Verse 1]:
I hope izitha zami zi khuluphele
Ngoba zibamba ama gqubu kuphela
Mina inhliziyo yami ifudumele
Sleep walking to the bank bathi uPhilsner uphumelele

Monday to sunday
Ngithandanza ngikhale
No ngifuna one thing
Nkosi ngicela ungithande

Izi busiso ngiyazi deserve nami
Ngifuna ukufika kuzinga umamami azo brag ngami
Umdeni wami zonke nezi hlobo zikhone uku yamela ngami
Balethe bonke abantwana kimi ngizoba bless nami

[Hook]:
Nami ngifuna ukupusha ikari yami
Ngifane nabangani bami
Nginga hluwa yintanga zami
Nasi iscelo sami
God
Ngicela ukhuti ungithande nami
Ngicela ukhuti ungithande nami

[Bridge]:
Ngiyathandaza nje ngabanye ngicela ungithande nje ngabanye
Ngiyathandaza nje ngabanye ngicela ungithande nje ngabanye

[Verse 2]:
Once kwalunga lana
Kuzoba ngathi akukaze kwa bheda
A little boy from eMpumalanga
Balfour thina siyaphambili Siyathemba

You never used to text me
Now you have a problem because ngi happy
I had to make it work because angina plan b
Bafuna ukungi valela bebe ngazi ngiphethe ispare key

Nkosi hamba nami
Uyi isibani sami
Wena mdali wami
Kule thunzi lokufa bamba isandla sami

Nkosi hamba nami
Uyi isibani sami
Wena mdali wami
Kule thunzi lokufa bamba isandla sami

Bathi uyamamela masi khothama
Mangi lahlekile Nkosi wozongi landa
Ngoba

[Hook]:
Nami ngifuna ukupusha ikari yami
Ngifane nabangani bami
Nginga hluwa yintanga zami
Nasi iscelo sami
God
Ngicela ukhuti ungithande nami
Ngicela ukhuti ungithande nami
Most Read Philsner Lyrics


the digital vault: how unreleased pop albums end up on the black market
The Digital Vault: How Unreleased Pop Albums End Up On The Black Market
Evren E. - 13 Sep 2026
from streaming to the stage: how music discovery is changing concert culture
From Streaming To The Stage: How Music Discovery Is Changing Concert Culture
Sasha Mednikova - 28 Aug 2026
behind the curtains: the logistical nightmare of stadium tours
Behind The Curtains: The Logistical Nightmare Of Stadium Tours
Chris Page - 17 Aug 2026
post malone to perform at 2026 fifa world cup closing ceremony
Post Malone To Perform At 2026 Fifa World Cup Closing Ceremony
Faith Thompson - 14 Jul 2026
music, tours, and motherhood: how rihanna stays connected on the road
Music, Tours, And Motherhood: How Rihanna Stays Connected On The Road
Evren E. - 29 Jun 2026
Browse: