Home Page »  S »  Simmy
   

Ubala Lyrics


Simmy Ubala

[Verse 1]
Iqiniso liyasihlula
Bheka manje nginjani
Ngihlezi lapho
Enginganjabuli khona

[Pre-Chorus]
Ngoba empeleni nguwe, nguwe, nguwe...
Nguwe wedwa ubambo lwami
Ngoba empeleni nguwe, nguwe, nguwe...
Nguwe iqiniso lami, oh welele ma
[Chorus]
Kobanini kodwa ngihlalel' ubala
Khona la kushoda khona
Kobanini kodwa ngihlalel'ubala
Khona la ngishoda khona

[Post-Chorus]
Khona la ng'shoda khona
Hayi, khona la ng'shoda khona
Khona la ng'shoda khona
Hayi, khona la ng'shoda khona

[Verse 2]
Iqiniso liyababa nam' angisazi
Ngenzenjani
Ubusuku nemini
Ingqondo yami iyazulazula

[Pre-Chorus]
Ngoba empeleni nguwe, nguwe, nguwe
Nguwe wedwa ubambo lwami
Ngoba empeleni nguwe, nguwe, nguwe
Nguwe iqiniso lami, oh welele ma

[Chorus]
Koba nini kodwa ngihlalel' ubala
Khona la kushoda khona
Koba nini kodwa ngihlalel' ubala
Khona la ng'shoda khona
[Post-Chorus]
Khona la ng'shoda khona
Hayi, khona la ng'shoda khona
Khona la ng'shoda khona
Hayi, khona la ng'shoda khona
Khona la ng'shoda khona
Hayi, khona la ng'shoda khona
Khona la ng'shoda khona
Hayi khona la ng'shoda khona

[Outro]
Khona la kushoda khona
Hayi, khona la kushoda khona
Khona la kushoda khona
Hayi, khona la kushoda khona
Koba nini kodwa
Hayi!
'Khona la kushoda khona
Hhayi 'khona la ng'shoda khona


smell like your favorite singer: fragrances inspired by music icons
Smell Like Your Favorite Singer: Fragrances Inspired By Music Icons
Chris Page - 03 Nov 2025
inside the mansions of america’s richest singers
Inside The Mansions Of America’s Richest Singers
Sasha Mednikova - 28 Oct 2025
white house rejects claims of trump considering clemency for diddy
White House Rejects Claims Of Trump Considering Clemency For Diddy
Faith Thompson - 21 Oct 2025
decoding the blockchain beat: how crypto composes a new music era
Decoding The Blockchain Beat: How Crypto Composes A New Music Era
Evren E. - 17 Oct 2025
katy perry teases justin trudeau romance rumors at london concert
Katy Perry Teases Justin Trudeau Romance Rumors At London Concert
Sasha Mednikova - 14 Oct 2025
Browse: