Home Page »  N »  Nomfundo Moh
   

Ngam'khetha Lyrics


Nomfundo Moh Ngam'khetha

[Intro]
NaXion Cross on the...
Yeah, you know it

[Chorus: Nomfundo Moh & NaXion Cross]
Ngam'khetha z'khona zonke ziphelele
Ngam'khetha z'khona zonke ziphelele
Ngam'khetha z'khona zonke ziphelele
Ngam'khetha z'khona zonke ziphelele

[Verse 1: Nomfundo Moh]
Phambi kweAltari
Ngimile ngipheth' izimbali
Zisho ngamakha amnandi
Kugcwel' izihlobo nabangani
Yavele yabukan' emehlweni
Kwagcwalisek' umbhalo enhlizweni
Yavele yabukan' emehlweni
Kwagcwalisek' umbhalo enhlizweni
[Chorus: Nomfundo Moh]
Ngam'khеtha z'khona zonke ziphelelе
Ngam'khetha z'khona zonke ziphelele

[Verse 2: Beast]
Muntu wami ngibona wena kuphela, akekh' osangangitshela nix
Noma bekhuluma uyazi angiyindawo angith'?
Wang'fica ngingena bani, wakhanyis' isbani
Ngob' usuchazile awuthi nami ngike ngizame
Yaz' mangibuka laph' es'suka khona
Angikholwa kuseythina!
Beng'hlekw' abantu bethi sengitheng' ama-weave now
Mangith ngiyak'nqanwa bathi “Baba cima cima”
Naw' udinwa mangikcinza, ngik'biza ngo Baby
Na woza lana wena maqondana, ungacasuki
Tshela mina sthandwa sqhathwa ubani?
Baby ungavumi basnqamule, yaz' ngik'thanda njani
And ungichaza blind
Maw'sudedela abomancane bakho nge summer time
Wang'buz' ukuthi ngisangak'shiya? Never
Wang'buz' ukuthi ubani umntwan' owuk'shisa? Uwena
Wang'buza kungcono makunjan? Si together
Wang'buz' ukuth iskhathi esngakanan? Ngathi forever, ya
Mina ngifuna wena k'phela my dali
Mina ngifuna wena k'phela my dali
We've been through it all, girl, the pain and the laughter
And manje buka sesiyo hlangana kwi Alter, ziyasha
[Chorus: Nomfundo Moh & NaXion Cross]
Ngam'khetha z'khona zonke ziphelele
Ngam'khetha z'khona zonke ziphelele
Ngam'khetha z'khona zonke ziphelele
Ngam'khetha z'khona zonke ziphelele
Ngam'khetha z'khona zonke ziphelele
Ngam'khetha z'khona zonke ziphelele
Ngam'khetha z'khona zonke ziphelele
Ngam'khetha z'khona zonke ziphelele
Most Read Nomfundo Moh Lyrics


the new hitmakers: how social media is rewriting the rules of music discovery
The New Hitmakers: How Social Media Is Rewriting The Rules Of Music Discovery
Chris Page - 05 Jun 2026
katy perry brings massive free concert to mexico fenapo festival
Katy Perry Brings Massive Free Concert To Mexico Fenapo Festival
Faith Thompson - 27 May 2026
john legend sets the stage on fire for the 2026 manhattan summer gala
John Legend Sets The Stage On Fire For The 2026 Manhattan Summer Gala
Sasha Mednikova - 13 May 2026
from the recording booth to the kitchen: when musicians become culinary obsessives
From The Recording Booth To The Kitchen: When Musicians Become Culinary Obsessives
Evren E. - 05 May 2026
the ultimate fashion playlist: unpacking the devil wears prada 2 soundtrack
The Ultimate Fashion Playlist: Unpacking The Devil Wears Prada 2 Soundtrack
Chris Page - 29 Apr 2026
Browse: